Kusinda Kwehlela Endodeni (Grade 12 setwork)

R396.90

Indoda uManyoba isebenza kanzima ikhulisa izingane zayo, ziphinde zibahluphe baze bacabange ukuba baduke nezwe. UManyoba uwina ilotto. Ziyazisola izingane kodwa abazali babela abazukulu imali.

View Cart
ISBN: 9781415411292
Categories: , , ,

Description

Kusinda Kwehlela Endodeni is a novel written in isiZulu.


Le noveli ikhuluma ngendoda enguManyoba Mchunu ekhula emapulazini ngaphansi kwezimo ezinzima zobandlululo. Igcina isibalekile epulazini iyozama umsebenzi eGoli ukuze ikwazi ukuphila impilo engcono nomndeni wayo. EGoli iyazithuthukisa, ifunde ebusuku nangeposi igcine ithole umatikuletsheni. Igcina isiphila impilo esezingeni elamukelekayo, ikwazi ukufundisa nezingane, zibe wutho emphakathini. Ngokudabukisayo izingane zayo ziyayilahla lapho isikhulile. Lokhu kuzidalela amashwa izingane, ziphuthelwe nayifa lapho le ndoda isiwina iLotho.